Noma yinini uma umsebenzi evelelwe yingozi ephathelene nomsebenzi awuqashelwe, leyongozi iba nomphumela wokulimala noma ukufa kwakhe.
Noma yinini uma umsebenzi ebika ukulimala kwakhe kumqashi, uma ngesikhathi ebika esho ukuthi leyongozi ibangwe wumsebenzi awenzayo awuqashelwe.
Uma ingozi idala ukufa, ukulahlekelwa wumqondo noma ukunqanyulwa kwesitho esithize somzimba nalapho olimele esethathwa njengongeke akwazi ukusebenza okungenani izinsuku ezingu 14, Imenenja Yesifunda Yezemisebenzi kufuneka nayo yaziswe ngokuphuthuma ngefeksi noma ngocingo.
Gcwalisa "Ingxenye A" yekhasi lokuqala lefomu ngokunika imininingwane yakho ephelele, usayine ufake nosuku lapho kukhonjiswe khona.
Susa "Ingxenye B" efana ncamashi "neNgxenye A" kwikhasi 1 ngokuyidabula lapho inezimbotshana khona, nika umsebenzi "Ingxenye B" bese umcela ukuba ayinike udokotela noma isibhedlela elashwa kuso. Ezimeni ezibucayi, "Ingxenye B" kufanele ithunyelwe kudokotela noma esibhedlela ngokushesha.
Gcwalisa "Ingxenye A", esekhasini lesibili lefomu ufake imininingwane yakho ephelele kulo.
Thumela umbiko ophelele wengozi uhlangene noMbiko Wokuqala Wezokwelashwa W.CI.
Gcwalisa ifomu elisha maqondana nalowo nalowo msebenzi olimele.
Lelifomu akufanele libanjezelwe ngoba kulindelwe ukuba umsebenzi aqale ukusebenza noma kulindelwe imibiko yodokotela.
Umqashi okuze kuphele izinsuku ezingu 7 engayibikanga ingozi kuKhomishina weziNxephezelo ngalelifomu, uyobekwa icala ngokoMthetho ka 1933 wokuNxeshezelwa Kokulimala neZifo Ezivela Emsebenzini, futhi angazithola ebhekene nezindleko eziphelele zokunxeshezelwa okuphathelene naleyongozi.
Umqashi owehluleka ukubikela Imenenja Yesifunda Yezemisebenzi ngocingo noma ngefeksi ngengozi edale ukufa, ukulahlekelwa wumqondo noma ukunqanyulwa isitho esithize somzimba noma isimo lapho umsebenzi engakwazi khona ukwenza umsebenzi wakhe izinsuku ezingu 14, uyotholakala enecala ngokoMthetho ka 1993 Wezempilo Nokuphepha.
Kufanele usebenzise ifomu elifanele lokubika izifo ezitholakele ngenxa yomsebenzi owenziwayo W.CL.1.
Uma umsebenzi olimele eyeka emsebenzini, gcina irekhodi lekheli angatholakala kulo ukuze ukwazi ukusiza ukuba izimali eziphuma eSikhwameni seziNxephezelo okufanele azikhokhelwe zithunyelwe kuye.
Gcwalisa ifomu elibhalwe ngamagama amakhulu ufake uphawu (X) ezindaweni ezifanele.
walombiko walokulimala okuthiwa kwenzeke emsebenzini, ngokwazi kwami iyiqiniso.
Kusayinwe ngalolusukulonyaka... Ukusayina...
Igama elibhaliswe noKhomishina weziNxephezelo...
Umuntu okuthintwana naye...
Inombolo yocingo ()...9. Inombolo yeFeksi.(...)...
Indawo elikuyo ibhizinisi noma ipulazi...
Inombolo yepasi16. Usuku lokuzalwa...
Inombolo yocingo ()...
Isikhathi osusihlale emsebenzini iminyaka/izinyanga/...
Usuku eyenzeka ngalo ingozi30. Isikhathi...
Indawo eyenzeka kuyo ingozi32. Isifunda...
Usuku umsebenzi abika ngalo ingozi34. Isikhathi...
Wayenza msebenzi muni umsebeni ngesikhathi kwenzeka ingozi...
Wayenesikhathi esingakanani ewenza lowomsebenzi iminyaka/nezinyanga...
Ayekwenza ngesikhathi elimala kwakuhlangene nomsebenzi noma nebhizinisi lakho...
Incazelo emfishane yokuthi yenzeka kanjani ingozi.
Ngabe ingozi kwakungeyomgwaqo emgaqweni kahulumeni...
Uhlobo lokulimala okwenzeka isibonelo ucikicane wesandla sokudla wadlavazeka...
Wenelisekile ngokuthi umsebenzi walimala ngendlela ayishoyo...
Umqashi: Usuku lwengozi...
Ngokwesigaba 47 soMthetho, umqashi uphoqelekile ukukhokhela umsebenzi isinxephezelo esiphelele sezinyangeni zokuqala ezintathu ngesikhathi engekho ngenxa yokugula noma ukulimala.
Uzimisele ukuqhubeka nokumnxephezela emva kwezinyanga ezintathu zokuqala emva kwengozi?
Uma usumkhokhele imali engukheshi lowomsebenzi, bhala isamba sayo R...
Inombolo yezinsuku/amahora ngesonto abewasebenza...
Usuku umsebenzi agcina ngalo ukusebenza...
Wayiqeda ishift ayesisebenza umsebenzi ngosuku agcina ngalo ukusebenza..?
Usuku abuyela ngalo emsebenzini umsebenzi...
Uma umsebenzi ezokwelulelwa izinsuku zokungezi emsebenzini, kufanele kwethulwe umbiko ophathelene naloko nyanga zonke kwifomu W.CI.
Uma umsebenzi afa kuleyongozi, bhala igama nekheli lababondliwa nguye.
Uma umsebenzi enokukhubazeka noma aba nokufa okuthize ngaphambi kwengozi noma esake wasithola esinye isinxephezelo ngokukhubazeka unomphelo, sinike imininingwane ephelele...
Waluthola usizo lokuqala..?
Uma umsebenzi elashwa esibhedlela, sinike igama laso...
Ngabe ingozi yadalwa ngumsebenzi: (a) ngokungalandeli indlela okufanele kwenziwe ngayo ngamabomu?
Cha b Ngenxa yokuba enganakekeli wangayilandeli imithetho eyakhelwe ukuqikelela ukuphepha kwabasebenzi noma ukuvinjwa kwezingozi?
Cha c Wayesebenza ephuzile noma edle izidakamizwa?
Qaphela: Uma enye yezimpendulo zalemibuzo zinguyebo, kufuneka umsebenzi akhiphe isitatimende esichazayo okufuneka sifakwe lapha kanye nemibandela yakho.
Igama nekheli lanoma wubani: a owayibona ingozi...
b Owayazi ukuthi kunengozi eyenzekayo ngalesosikhathi...
Bangaki abanye abasebenzi abalimala kuleyongozi...
Uma yaphenywa ngamaphoyisa akuleli leyongozi, sinike igama lesiteshi samaPhoyisa nenombolo yedokhethi...
Uma kunemoto eyathinteka kulesosehlakalo, sinike izinombolo zayo zokurejistwa...
Umsebenzi: Usuku lwengozi...
Ukuqhubekela phambili nephuzu 35 elisekhasini elingemva kwaleli. Okunye okwafaka isandla kulengozi. (Faka uphawu ezindaweni ezifanele ku A no B).
Uma kunenye inhlobo yomshini, chaza...
walombiko wokulimala okuthiwa kwenzeka emsebenzini, ngokwazi kwami iyiqiniso eliphelele.
Loku kusayinwe ngalolusukulwenyanga...kunyaka... Ukusayina...
Inombolo yocingo ()...
Indawo elikuyo ibhizinisi noma ipulazi i...
Inombolo yepasi16. Usuku lokuzalwa...
Inombolo yocingo ()...
Isikhathi osusihlale emsebenzini iminyaka/izinyanga/...
Indawo eyenzeka kuyo ingozi...
Wayenzani umsebenzi ngesikhathi elimala..?
Wayesenesikhathi esingakanani enza lowomsebenzi.. Iminyaka Izinyanga...
Ayekwenza ngalesosikhathi kuhlangene nomsebenzi noma nebhizinisi lakho?
Uma kwakungahlangene nebhizinisi noma nomsebenzi wakho, bhala izizathu zakho emva kwekhasi 3 lengxenye A.
Incazelo emfushane yokuthi yenzekakanjani ingozi.
Maka neindawo ezifanele emva kwekhasi 3 iNgxenye A, wenzenjalo nalapho unika khona incazelo...
Lengozi yayingeyomgwaqo emgaqweni kahulumeni?
Uhlobo lokulimala okwavela.
A NguKhomishina weziNxephezelo kuphela oyonquma ukuthi izindleko eziphathelene nokwelashwa zamukelwe yini ngokoMthetho noma cha.
B Uma izindleko zingemukelwa nguKhomishina weziNxephezelo, ngeke isiKhwama seziNxephezelo sizikhokhe.
C UMBIKO WOKUQALA WEZOKWELASHWA W.CL.4 kufuneka ugcwaliswe kabili kuqikelelwe ukuba imininingwane yomqashi nomsebenzi engamagama aphelele, inombolo yepasi njengoba kukhonjiswe kulelifomu, kubhaliwe. Kufuneka umbhalo oyi-orijinali ongeyona ikhophi uthunyelwe kumqashi ngokushesha bese ikhophi igcinwa ngudokotela noma yi-chiropractor noma yisibhedlela kanye nalelifomu.
D Udokotela, ichiropractor noma isibhedlela kufuneka bathumele i-akhawunti kumqashi. Uma i-akhawunti iloku ingakhokhelwe emva kwezinyanga ezimbili, lelifomu kanye nekhophi YOMBIKO WOKUQALA WOKWELASHWA w.cl.4 kanye naleyo-akhawunti kufanele kuthunyelwe nencwadi ephenya ngokungakhokhwa kwe-akhawunti w.cl.
Inombolo yepasi Inombolo yomsebenzi...
Ikheli lendawo ahlala kuyo...
usuku lokuzalwaubulili... Ukushada nokungashadi...
I Igama lomqashi ingozi eyenzeke kusetshenzelwa yena...
II Ikheli Ikhodi leposi...
i Yenzeka kuphi ingoziusuku...isikhathi...indawo..?
Wayenzani umsebenzi ngalesosikhathi futhi yenzeka kanjani ingozi...
Chaza kabanzi isimo sengozi nokuthi walimala kangakanani...
Ukhona owayibona ngesikhathi yenzeka lengozi Uma kunjalo chaza: Igama..?
Imali ayeyihola sekuhlangne nama-ova noma umsebenzi ojwayelekile. Ngesonto Ngenyanga...
Imali yokumeseka ayeyithola ngesonto Ngenyanga...
a Amabhonasi isibonelo isheke lesi 13 ngesonto Ngenyanga...
b Ezinye izimali ayezithola ngesonto Ngenyanga...
c Imali ephathelene nendawo yokuhlala ngesonto Ngenyanga...
d Imali yokudla ngesonto Ngenyanga...
Yenzeka kanjani lengozi okukhulunywa ngayo...
Imininingwane yokulimala (hhayi izimpawu noma okusolakala sengathi kwenzeka)...
Chaza kafushane izifo noma ukukhubazeka abevele enako...
Ama-X-Rays: Usuku Enziwa ngubani...
Faka umbiko uma ukhona.
Ukuhlinzwa okwenziwe: Usuku Kwenziwa ngubani...
Bhala incazelo emfishane...
Ukulaliswa uma uzohlinzwa: Okomzimba wonke: Ubude besikhathi...
Okwendawo ethize emzimbeni Kwenziwa ngubani...
Ukubonana nodokotela Yebo/Cha Uwubani... Usuku...
Ngabe umsebenzi akasekho esimeni sokusebenza Yebo/Cha..?
b Usuku angase abe uselungile ngalo ukwenza umsebenzi olula...
Nginika isiqiniseko sokuthi ngenelisekile ngokuhlola umsebenzi nangokuthi ukulimala anako kungenxa yengozi echazwe ngenhla.
Igama (Elibhalwe ngokungahlanganisi)...
Inombolo yokusebenza njengomelaphi...
QAPHELA: Lombiko kufanele unikwe umsebenzi olimele noma uthunyelwe kumqashi wakhe zingakapheli izinsuku ezingu 14 kusukela osukwini aqala ngalo ukubonana nomelaphi.
Uqale ngaluphi usuku umsebeni ukuba sesimeni esifanele sokwenza umsebenzi wakhe abewenza..?
noma b Yiluphi usuku ayobe esesesimeni esifanele ngalo ukwenza umsebenzi wakhe ojwayelekile..?
Ngabe isimo somsebenzi sesisimeme..?
Uma kunjalo chaza kabanzi izimo zokukhubazeka noma ukungakwazi ukusebenza ngendlela efanele kwezitho ezithize zomzimba wakhe ngenxa yengozi. (ukungakwazi ukunyakaza uma kukhona kufanele kubikwe ngesimo okukuso kulelo nalelo lungu)...
Nginika isiqiniseko sokuthi ngenelisekile ngokuhlola umsebenzi nangokuthi ukulimala anako kungenxa yengozi echazwe ngenhla.
Igama (Elibhalwe ngokungahlanganisi)...
Inombolo yokusebenza njengomelaphi...
Qaphela: Imibiko eveza ukuthi uqhuba kanjani umsebenzi kufanele ithunyelwe kuKhomishina weziNxephezelo njalo ngenyanga, noma iyiswe kwi-Mutual Association noma umqashi obhekene nokukhokhwa kwezimali maqondana naloludaba, aze asimame umsebenzi lapho-ke sekuyokhishwa khona umbiko wokugcina.
Lelifomu kufanele ligcwaliswe libuyiswe ngokushesha emva kokuba umsebenzi esebuyele emsebenzini noma uma esetholakala ephilile.
Wabuyela emsebenzini emva kwengozi ngaphambi kosuku ayelindeleke ukuba abuyele ngalo njengoba kubhalwe kwiphuzu 3 Uma kunjalo, sinike imali ayiholayo uchaze nesimo sonke somsebenzi wakhe a Umsebenzi olula b b Umsebenzi owejwayelekile c IZIKHATHI ABUYELE NGAZO EMSEBENZINI?
Wabuyela nini umsebenzi emsebenzini esezosebenza unomphelo emva kwengozi?
Umsebenzi wagcina ukusebenza ngomhlaka...
Ikheli lomsebenzi njengamanje lithi...
Ngokubona kwakho wabuyela emsebenzini ngosuku lokuqala ayengase aqale ngalo ukusebenza..?
Ikhona inkokhelo osumnike yona njengomholo wesikhathi esichazwe kwisigaba 1 ngenhla Uma ikhona, YISHO ISAMBA SAYO. R..?
Ngiyazibopha ngokuthi imininingwane ebhalwe kulombiko iyiqiniso.
Ikheli lendawo ahlala kuyo...
Usuku lokuzalwa Ubulili... Ukushada nokungashadi...
Igama lomqashi owagcina ungaphansi kwakhe noma umqashi osengaphansi kwakhe...
Chaza indlela umsebenzi akuthole ngayo ukugula, chaza ngzinto ezakudalayo noma indlela aqala ngayo ukugula.
Usuku ukufa okwabikwa ngalo kumqashi...
Usuku aqala ngalo umsebenzi ukubonana nodokotela...
Igama nekheli likadokotela...
Usuku ukufa okwatholakala ngalo...
Imali okusafanele ikhokhwe...
Usuku usizo olwatholakala ngalo...
Igama likadokotela okwedlulisele phambili...
Inombolo ye-N.I. noma kanye neye. Col...
Ikheli lendawo yokuhlala...
I-akhawunti yakho ayikhokhiwe ngoba kusalindwe ukuba kutholakale i...
Ayitholakali I-akhawunti yakho kulelihhovisi. Uyacelwa ukuba uthumele ikhophi yayo ufake inombolo yekileyimu ebhalwe ngenhla kuyo. Kuyodingeka ukuba ufake namakhophi okuqala nawokugcina ombiko wakho wokwelashwa nama Xray uma ekhona.
Asamukelwanga isicelo somsebenzi sokukhokhelwa yisiKhwama seziNxephezelo, ngakho-ke ne-akhawunti ngeke ikhokhwe.
Uma kwenzeka kuba neminye imibhalo ephathelene naloku ezokwenziwa, uyacelwa ukuba ubhale inombolo engenhla.
W.CL.31 Inombolo yekileyimu...
Umsebenzi Usuku lwengozi...
Chaza ukuthi yisandla sokudla yini noma esokunxele...
W.CL.32 Inombolo yekileyimu...
Umsebenzi Usuku lwengozi... Usuku lokufa...
Inombolo yepasi Inombolo yomsebenzi...
Mina Yisho amagama aphelele omfelwa noma umfelokazi...
a sasishadile - Faka isitifiketi somshado.
b Sasishade ngomshado namasiko esintu - Faka isitifiketi.
c Sasihlala ndawonye njengendoda nomfazi.
Ngingumphathi wabantwana ababhalwe lapha ngenzansi, bangaphansi kwesandla sami.
Ngingumzali noma umphathi wabantwana ababhalwe ngenzansi bakamufi abazalwa wuye uqobo noma abasiswa.
Faka izitifiketi zokuzalwa, zokubhabhadiswa nobufakazi bosuku lokuzalwa noma isitatimende esiphathelene nokuzalwa kwabo.
Ngikhulelwe/angikhulelwe umntwana otholelwe emshadweni nomsebenzi ongasekho.
Ngokwazi nangenkolelo yami, umufi wayengenabo abanye abantwana noma abondliwa nguye. Wayenabo abanye abantwana nabondliwa nguye ababhalwe ngenzansi.
Ngithole kumqashi obhalwe ngenhla isamba semali engu R...
Isibongo sami ngaphambi kokuba ngishade nomufi kwakungu...
Usuku lwami lokuzalwa ngu...
Lolulwazi ludingeka kumfelwa nomfelokazi kuphela.
Ukusayina komfelokazi noma umfelwa noma umphathi...
Nginika isiqiniseko sokuthi ngaphambi kokumfungisa ophathelene naloku, ngimbuze imibuzo elandelayo ngazibhala phansi phambi kwakhe izimpendulo zakhe.
a Uyakwazi futhi uyakuqonda okuqukethwe yilombhalo?
b Unenkinga ukuthatha isifungo Impendulo..?
Isifungo usithatha njengento ebopha unembeza wakho?
Nginika isiqiniseko sokuthi othathe isifungo uvumile ukuthi uyakwazi futhi uyakuqonda okuqukethwe ngumbiko awufungele phambi kwami, kanti usayine noma ufake isithupha kulombhalo phambi kwami.
Igama Eliphelele Indawo... Usuku...
a Chaza ukuthi isifuba sakheke kahle yini...
b Chaza ukuthi bukhona yini ubufakazi besifo esidala noma esiqalayo...
Ngabe isimo senhliziyo siyagculisa nokushaya kwayo kuhamba kahle, nemithambo isesimeni esifanele ngayo yonke indlela..?
a Chaza ukuthi ngabe sikhona yini isifo esikhona noma ukungalungi kahle kwezinso, isinye noma enye ingxenye yohlelo lwezokuchama nezitho zangaphansi...
b Ngabe kukhona izinto ezingafanele ukubakhona emchameni njenge-albumen, ushukela, ubomvu, igazi noma okunye..?
Ngabe ofake isicelo ukhubazekile ngandlelathize..?
Ubona sengathi isimo sempilo yofake isicelo sihle kangangokuba ulindeleke ukuba aphile isikhathi esejwayelekile kumuntu ongangaye nowenza umsebenzi awenzayo "Yebo""Cha"..?
Uma impendulo yakho kungu "Cha", bhala izizathu ezikwenza usho njalo...
Umsebenzi Usuku lwengozi...
Ikheli: Ikhodi yekheli...
Izindleko zebhokisi R...
Izindleko zengcwaba R...
Izindleko zokugcinwa kwesidumbu emakhazeni R...
Isamba esiphelele sezindleko R...
Ngabe isikhokhiwe le-akhawunti?
Uma impendulo kungu YEBO, uyacelwa ukuba ubhale igama nekheli lokhokhelwe namarisidi nobunye ubufakazi bokukhokha.
Ukulahlekelwa wukusebenza kwamehlo noma iliso kufanele kubikwe ngokugcwalisa umdwebo 7, 8 no 9.
Ngombono wakho, ngabe sekunesidingo sokuba umsebenzi afake izibuko ngenxa yengozi eyavela..?
Uma ukubona kwakhe sekungcono ngenxa yokwelashwa, kepha uthi angazifaki izibuko, sitshele izizathu zaloko...
Ngabe wahlinzwa Uma kunjalo sazise uhlobo lokuhlinzwa nemiphumela yako..?
a. Yiluphi usuku umsebenzi aqala ngalo ukuba sesimeni sokubuyela emsebenzini ayewenza..?
b. Yiluphi usuku abonakala sengathi uyobe esengcono ngalo ukuze abuyele emsebenzini wakhe...
Ungasetshenziswa ngudokotela wesikhumba maqondana nombiko wokuqala wokwelashwa W.CL.
Usuku lokuqala ukubonana nodokotela (noma uma loku sekuphinda futhi kukwehlela)...
Umsebenzi owenziwa ngumsebenzi (ubesesebenze isikhathi esingakanani)...
Umlando wakhe uma kubhekw isimo akuso...
Isimo akuso njengamanje...
usuku alungele ngalo ukubuyela emsebenzini...
Izimo zokumvikela ezibonakala zingasiza (kuhlangene nokunconywa ukuba akusebenzise okuhlanza isikhumba emsebenzini)...
Inombolo yempesheni(uma uyithola impesheni)...
Uma wasifaka isicelo sempesheni kepha sachithwa, sinike ubufakazi obubhaliwe baloko...
Igama lomqashi ingozi eyavela umsebenzela...
Imali oyihola njengamanje: Rngenyanga R...
Njengoba imali engayikhokhelwa ngokoMthetho ka 1941 wokuNxeshezelwa kwaBasebenzi seyakhokhwa yaphelela kepha sengibulawa yinhlupheko njengoba ngingasasebenzi, ngicela imali yesondlo.
Wake wayithola imali yesondlo..?
Ngiyafunga ngokuthi ngaphambi kokumthathisa isifungo, ngambuza imibuzo elandelayo ofungayo, ngazibhala phansi phambi kwakhe izimpendulo zakhe.
a Ngabe uyakwazi futhi uyakuqonda okuqukethwe kulombhalo YEBO/CHA..?
Ngabe unenkinga ngokuthatha isifungo ngokuqukethwe kulombhalo YEBO/CHA..?
c Ukufunga ukuthatha njengento ebopha unembeza wakho YEBO/CHA..?
Nginika isiqiniseko sokuthi ofungayo ubenolwazi oluphelele ngalombhalo awufungele phambi kwami, kanti usayine noma ucindezele isithupha sakhe sakwesokudla phambi kwami.
Ulwazi luthe xaxa oludingeka uma kunezifo ezitholakele ngenxa yomsebenzi owenziwayo.
Chaza izinhlobo zomsebenzi, izindlela zokusebenza ezisetshenziswayo nezinto okusetshenzwa ngazo okungenzeka ukuba umsebenzi wavuleleka kuzona.
Unyaka aqala ngawo ukuvuleleka engozini yesifo...
Isikhathi/iminyaka avuleleka ngayo engozini yesifo okungenzeka ingalingani naleyo ayisebenza eqashwe kuleyonkampani...
Izikhathi abevuleleka ngazo engozini yesifo (kanye ngesonto isikhathi esingangehora noma amahora angu 8 zonke izinsuku)...
Mina engisayine lapha...
Inombolo yami yepasi ngu...
Ngisebenzela u: (Igama nekheli lomqashi)...
b Chaza ingozi...
Ngomhlakangengozi eyase ivelile.
b Angizange ngimtshele umqashi wami ngengozi ngoba...
(a)Umqashi wami wangixosha ngomhlaka...
b Angisebenzi futhi angitholanga nkokhelo ngesikhathi engisifakele ikileyimu kwisigaba 5.
Ngiyafunga ngokuthi ngaphambi kokumthathisa isifungo, ngambuza imibuzo elandelayo ofungayo ngazibhala phansi phambi kwakhe izimpendulo zakhe.
a Ngabe uyakwazi futhi uyakuqonda okuqukethwe kulombhalo YEBO/CHA..?
Ngabe unenkinga ngokuthatha isifungo ngokuqukethwe kulombhaloYEBO/CHA..?
Ukufunga ukuthatha njengento ebopha unembeza wakho (YEBO/CHA)..?
Nginika isiqiniseko sokuthi ofungayo ubenolwazi oluphelele ngalombhalo awufungele phambi kwami, kanti usayine noma ucindezele isithupha sakhe sakwesokudla phambi kwami.
Chaza ukuthi WUNYAWO LWESOKUDLA yini noma LWESOKUNXELE...
W.CL.258(a) Inombolo yekileyimu...
Ngalemvume engiyinikayo ngithi ngiyawazi amalungelo ami ngokwesigaba 102 soMthetho esikhuluma ngawo kanti ukuze kuqhubekeke ngiyawamisa amalungelo ami esnixephezelo.
Ngisifundile lesitatimende ngaphambi kokuba ngisisayine.
Ngiyafunga ngokuthi ngaphambi kokumthathisa isifungo, ngambuza imibuzo elandelayo ofungayo ngazibhala phansi phambi kwakhe izimpendulo zakhe.
a Ngabe uyakwazi futhi uyakuqonda okuqukethwe kulombhalo YEBO/CHA..?
Ngabe unenkinga ngokuthatha isifungo ngokuqukethwe kulombhaloYEBO/CHA..?
Ukufunga ukuthatha njengento ebopha unembeza wakho (YEBO/CHA)..?
Nginika isiqiniseko sokuthi ofungayo ubenolwazi oluphelele ngalombhalo awufungele phambi kwami, kanti usayine noma ucindezele isithupha sakhe sakwesokudla phambi kwami.
QAPHELA: Ukufaka ukwenqaba zingakapheli izinsuku ezingu 180 kusho ukuthi lokokwenqaba kufanele kwenziwe zingakapheli izinsuku ezingu 180 lesosinqumo sathathwa.
a ungumsebenzinoma b ungumqashi...noma c yinhlangano yabaqashi noma inyunyana ilungu layo okwathathwa isinqumo ngalo liseyilungu...
Qaphela: Uma isikhala esikulelifomu singenele ukuba uphendule imibuzo, ungawafaka amagama athi "kunesitatimende esixhunyiwe" ngaphansi kwalesosihloko oshoda ngesikhala kuso, bese ugcwalisa konke okufunayo kulesositatimende. Leso naleso sitatimende osixhumayo kufanele sibe nemininingwane ephelele ukuze kwazeke ukuthi ngesikabani siphathelene nani.
(okufanele kugcwaliswe kuphela uma ingozi yasemsebenzini noma ukugula okwatholakala khona kwaba nomphumela wokufa). Chaza ngobuhlobo bomfakisicelo nomsebenzi owashona...
Usuku lwengozi noma ukufa okwatholakala emsebenzini...
Uma kunjalo, sinike imininingwane...
Kuthiwa ingozi noma ukugula kwadalwa wukunganaki kwalowo okukhulunywa ngaye kwisigaba 56 (Yebo noma Cha)...
Uma kunjalo sinike imininingwane maqondana nomuntu noma abantu ukunganaki kwabo okuthiwa kwadala ingozi noma ukugula okuphathelene nomsebenzi.
Chaza ukuthi lomuntu ungaphansi kwesigaba (a), (b), (c), (d) noma (e) weSigaba 56 soMthetho.
Uma kunjalo a) Ngabe lokokwephuka kwakulapho kusetshenzelwa khona, kuma-works, kuma-plant, ezintweni ezisetshenziswayo noma emishinini yomqashi (Chaza ukuthi yikuphi unike nemininingwane..?
Amandla enjini, isibonelo: 1400, 1600, 1800, 2L kanjalo...
c Inhloso yohambo...
Yimoto yakho kanjalo...
Chaza ezinye izindleko ngenzansi ongena kuzo ngokusuka nokubuyela ekhaya, isibonelo; Ibhasi noma imali yetekisi edolobheni obuye kulona:...
Ukusayina kofake isicelo...
Inombolo yempesheni P...
Inombolo yocingo ngamahora okusetshenzwa ngawo...
Ngiyacela futhi ngiyanigunyaza ukuba nikhokhe impesheni yami kwi-akhawunti engiyibhale ngenhla. Ngiyazi ukuthi ukuthunyelw kwezimali ngekhompyutha kuyokwenziw ngohlelo okuthiwa yi EFT Magnetic Tape Service, futhi ngiyazi ukuthi akukho pheshana eliyokhishwa yibhange elingazisa ukuthi sekukhokhiwe, kepha yonke imininingwane yokufakwa kwemali kule-akhawunti iyotholakala kwisitatimende sasebhange noma kwisigqebhezana esiyotholakala sihamba nesitatimende. (Loku akwenzeki emabhange angasikhiphi isitatimende sasebhange kuma-akhawunti anjengama-savings nama-transmission).
Ngiyazi futhi ukuthi imali yempesheni ikhokhwa ngomhlaka 25 waleyo naleyo nyanga kanti kuthi uma umhlaka 25 uba ngoMgqibelo noma ngeSonto noma ngeholide, itholakale ngosuku oluphakathi nesonto olungaphambi kwalezi esikhuluma ngazo okungaholwa ngazo. Akukho bufakazi obuyotholakala bokuthi isifakiwe imali yempesheni.
Leligunya lingakhanselwa yimi ngokuninika isaziso esibhaliwe sezinsuku ezingu 30 maqondana naloko esiyothunyelwa ngeposi elirejistiwe. Ngiyanazisa nokuthi lonke lolulwazi olungenhla luyiqiniso futhi luphelele ngayo yonke indlela, noKhomishina weziNxephezelo ngeke angene enkingeni yokukhipha imali engafanele ngenxa yolwazi olungelona alunikwe yimi.
Usuku umsebenzi aqala ngalo ukusebenza: Kufuneka kugcwaliswe u 1.
Igama/Amagama nezinombolo zamapasi zomnikazi noma abanikazi noma ophathina bamabhizinisi noma bepulazi...
Ikhophi ye CK1/2 noma incwadi yokurejistwa kweNkampani kufuneka nayo ifakwe lapha.
Chaza isimo sokukhiqizwayo/okuthengiswayo noma imisebenzi eyenziwayo...
Okusetshenziswa ekukhiqizeni imikhiqizo yenu...
Uhlobo lokwakha okwenziwayo nobukhulu bezinto ezakhiwayo...
Inombolo yocingo: Ikhodi...
Inombolo yefeksi Ikhodi...
Igama lomnikazi, iNkampani, i-CC...
Inombolo ye-CC noma iNkampani...
Inombolo yepasi lomqashi...
Ikheli lendawo okuhlalwa kuyo...
Inombolo yocingo Ikhodi...
Inombolo yeFeksi Ikhodi...
Imininingwane yendlela okusetshenzwa ngayo a Chaza ngohlobo lwempahla ethengiswayo/ekhiqizwayo noma imisebenzi eyenziwayo...
c Chaza uhlobo lokwakha okwenziwayo nobukhulu bako...
Isimo sebhizinisi a Alisekho Usuku... Inyanga... Unyaka...
b Lathengiswa.. Usuku Inyanga... Unyaka...
Nayo yonke impahla Yebo... Cha...
Nazo zonke izikweleti Yebo... Cha...
Igama nekheli lomnikazi omusha...
Laqedwa ngokomthetho Usuku... Inyanga... Unyaka...
d Umnikazi washonausuku... Inyanga...
Igama lomnikazi akhawunti...
Maqondana nemiholo yabaqondisi namalungu, bheka u2.2.
Isamba sikakheshi esasetshenziselwa ukudla kwamahhala kanye noma nendawo yokuhlala yamahhala uma singafakiwe ku 2.2.1 no 2.2.2 ngenhla...
QAPHELA: Uma inani labasebenzi kanye noma nesamba esiphelele semali abayiholelwa siba nomehluko omkhulu eminyakeni edlule, sinike izizathu kafushane zalowo mehluko...
Ukungayigcwalisi lengxenye kuyodala ukuba umholo wabasebenzi ubalwe yilelihhovisi. Inani okuyofinyelelwa kulo liyoya ngesamba semali engumholo ebhalwe ku 2.2.4 kanye no 10% ngaphezulu.
Rumuntu ngamunye esikhathini esibhalwe ngenhla. Bheka u 3.22.
Isamba esiphelele okulindeleke ukuba sisetshenziselwe ukuthengela abasebenzi ukudla abangakukhokheli banikwe nendawo yokuhlala yamahhala uma kungafakiwe ku 3.2.1 noma 3.2.2...
Qaphela: Uma isibalo sabasebenzi kanye noma isamba semali okufanele bayikhokhelwe sehluka kakhulu kweseminyaka edlule, sinike incazelo kafushane ngezizathu ezenza umehluko.
Nginika isiqiniseko sokuthi konke okubhalwe lapha kuyiqiniso.
QAPHELA: Abaphenyi noma abaphathi mabhuku ezimali bangase bazicele izitatimende zezimali.
UMA WEHLULEKA UKULIGCWALISA ULILETHE LELIFOMU LEMIHOLO ELINGU W. As.8 SINGAKADLULI ISIKHATHI ESIBEKIWE, ISIGABA 83 SOMTHETHO SINIKA UKHOMISHINA WEZINXEPHEZELO AMANDLA OKUBA AZIKALELE UKUTHI IMIHOLO IBA YINANI ELINGAKANANI. KUNGASE KUFAKWE NESIJEZISO ESINGENGAPHEZULU KWAMAPHESENTI ANGU 10 EMALI UKHOMISHINA AZIBALELE YONA.
Ngubani ongumsebenzi njengoba kuchazwe kwingxenye 2.2.1?
Umsebenzi usho umuntu ongene esivumelwaneni noma osebenzela umqashi ngaphansi kwesivumelwano noma ubuprentisi noma i-learnership.
b umqondisi wenkampani osebenzayo noma ilungu lenhlangano elingene esivumelwaneni sokusebenza noma ubuprentisi noma i-learnership nenhlangano, oziphethe ngendlela elindelekile njengomsebenzi ngokwesivumelwano ngaphandle kwabanini masheya noma ophathina abazifihlile abavela kuphela ngokwamukela inzuzo ngamasheya abo.
Umuntu owenzela umuntu wesithathu umsebenzi, ebe etholwe ngumuntu wesibili ukuba enze lowomsebenzi futhi eholelwa wumuntu wesibili, kufana nokuthi uqashwe ngumuntu wesibili wase nje emedlulisela kumuntu wesithathu. Umholo walowomuntu akufanele ufakwe oluhleni lwemiholo ekhishwa ngumuntu wesithathu.
Qaphela: Umnikazi bhizinisi elingelakhe yedwa noma abanikazi bhizinisi abangophathina ebhizinisini noma kwezolimo abathathwa "njengabasebenzi" njengoba kuchazwe eMthethweni kanti nomholo wabo akufanele ubhalwe.
Umholo uyiyo yonke inkokhelo umsebenzi ahlalahlale ayithole, okusuke sekudonswe izimali ezithize kuwo, ungaba wukheshi noma ube ngesinye isimo.
Loluluhlu olungenzansi nanxa lungaphelele kahlehle, lwenzelwe ukukhombisa izinto umuntu aziholelwayo okuvame ukungaqondakali kahle ukuthi kufuneka zifakwe yini noma cha uma kubalwa imiholo engena kulelifomu.
Ukudla nendawo yokuhlala enikwa abasebenzi njengengxenye yenkokhelo.
Umholo nemali enikwa abaqondisi benkamapni abasebenzayo noma amalungu e-Close Corporation. (Loko kufuneka kubekwe ngokwehlukana njengoba kuchazwe ku 9.2). Faka noluhlu lwabo bonke olunamagama, izinombolo zabo zepasi namakheli.
Uma umqondisi noma ilungu lihlomula kwinzuzo yenkampani noma ye-close corporation, alithathwa njengomsebenzi ngokoMthetho.
Uma usuyekile ukwenza ibhizinisi obukulo, bhala usuku owagcina ngalo ekhasini lokuqala bese usho nokuthi wakhokha malini ngalolosuku.
